We rightfully praise the Lord for His grace and goodness towards us. Many of the Psalms erupt with “Hallelujah!” (Hebrew for “blessed be the LORD”) for God’s character and accomplishments. But at the End of the World, Revelation 19 records for us that there will be some of the most
Lokho UNkulunkulu Akudingayo Kumuntu Wonke
Abantu banomuzwa omangazayo uma kuziwa ngasekumelaneni nomthetho, ngendlela yokuthi sesize sajwayela ukubekwela imithetho eqondene nezinto ezithile. Sinekhona ngokwemvelo lokwakha izindlela ezicashile zokungalaleli, ezenza kubukeke engathi ayikho indlela yokulalela. Ngenxa yalokho, siphila kwimiphakathi enenqwaba yemithetho ehlezi ilungiswa ukwenzela ukuba ihambisane nezimo zonke ezivelayo. Ukwenza isibonelo, umthetho wezemigwaqo othi “shayela ngokuphephile”awuzange ugcinwe,