Give thanks Kunomehluko ukubonga kanye nokuhambisa ukubonga. Omunye engasho ngomlomo athi “ngiyabonga” ebe engakuqondile. Kanjalo omunye engasho ukuthi “ngigcwele ukubonga” ebe ekuphika lokho lapho enqaba ukukuveza. Ukubonga kweqiniso kuhlale kuziveza ngokubonga labo abalethe lokhu okubongwayo. Futhi kuyiqiniso ukuthi umkhuba wokunikeza ukubonga wenza ukuthi umuntu agcwaliswe ngokubonga. Inkosi uDavide wayaziwa ngokwesaba
Give Thanks
There is a difference between being thankful and giving thanks. One can verbally say the words “Thank you” and not mean a word of it. Likewise, one can claim to be thankful all the while denying it by an unwillingness to actually express it. True thankfulness will always express it
Ukusiza abanye ngalokho osukwazi futhi osukwenza
Helping other with what you know and practice Eminyakeni yokuqala yokusabalala kweVangeli leNkosi uJesu Khristu abantu abaningi ababeqhamuka kwizimpilo ezibhedayo basindiswa. Izimpilo zabo zashintsha. Olunye loshintsho lwenzeka ngaso lesosikhathi, olunye loshintsho lweza ngemuva ngomzalazo omude wokulwa nemikhuba emdala. Kodwa Iqiniso lelo abalizwa lakhiqiza ushintsho olwase lukubona. Iningi labo abazange baba
Helping Others from What You Already Know and Practise
In the early years of the spread of the Gospel of Jesus Christ many people from very messed up lives came to salvation. Their lives changed. Some of the change happened immediately; some of the change came through a long battle against old habits. But the Truth that they heard
Ubulungiswa Buyisidingo Esiphuthumayo
Justice is an Emergency Service Uma sicabanga ngezidingo eziphuthumayo sicabanga amaphoyisa, ama-ambulensi, kanye nonogada abahlomile, nezinye izinto. Isizathu esenza sicabange ukuthi lezi izidingo eziphuthumayo ukuthi zonke sisuke sizidinga ngokuphuthuma, ngoba uma zike zabambezeleka noma kancane nje, imiphumela iba mibi. Uma i-ambulensi ingafikanga ngesikhathi, umuntu uyafa. Uma amaphoyisa engafikanga ngokushesha endaweni
Justice Is an Emergency Service
When we think of emergency services, we think of the police, paramedics, armed response, and things like that. The reason why we consider these emergency services is because they all require as speedy a process as possible, because if there is even the slightest unnecessary delay, the consequences would escalate
Nquma ukunikela
Decide to Give Ukunikelela imali ukuba kwenziwe umsebenzi weNkosi yindlela engajwayelekile yokubekelela kwiphakade. Kuyawenza umqondo ukuthi izinto ezinjengemikhuleko, ukukhuthaza, ukukhonza ebandleni, nokukhonzana kwabazalwane kungezinye zezindlela eziphathekayo zokuzibekelela ingcebo ezulwini. Ukunikelela ngemali kuhlukile. Yinto ethanda ukuba ngeyasemhlabeni, ecishe ingabi ngekamoya, kodwa ngandlela thize inakho ukuba nokuzibekelela kwingunaphakade. Lokhu akusilo nje iphuzu
Decide to Give
Giving money for the work of the Lord is an unusual way of investing in eternity. It makes sense that things like prayer, encouragement, service at church, and the ‘one anothers’ are some of the practical ways of creating treasure in heaven. Giving money is different. It is a very
Ukuliwa Kwempi Kamoya
The practice of spiritual warfare Ivesi elisetshenziswa kakhulu abazalwane ngempi kamoya (kwabas-Efesu 6:10-20), uNkulunkulu uhlomisa bonke abazalwane ukuze balungele impi kamoya. Kodwa amavesi amathathu okugcina asinikeza izinsiza empini yethu nemimoya. Kwabase-Efesu 6:18 uyivala yonke lenkulumo ngokuthi “nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya”. Noma ungazazi zonke izikhali zikaNkulunkulu, kodwa zisebenzela labo abancike ngomkhuleko
The Practise of Spiritual Warfare
In the Christian’s Manual on Spiritual Warfare of Ephesians 6:10-20, every believer is informed and equipped by God for spiritual warfare. But it is really the closing three verses that provide us with the most practical techniques of our battle against spiritual forces. Ephesians 6:18 envelops the entire discussion up to know