Usukulungele ukuya emsebenzini, usugqokile, waxubha, wakame ikhanda, wapakisha umphako- uhlu lokubheka osekukhona! Uhlu lokubheka izinto lusisiza ngokuba sibe isiwula esijwayelekile.
UMbhalo ugcwele nohlu lokugcina imiphefumulo yethu iphephile kwizono ezijwalekile. uThithu 3:1-2 unohlu olufushane lokuhlola ubungcwele ukuze ukwazi ukulawula nokubhekisisa usuku lwakho.
- Thithu 3:1a-b
Ngakube ngiyabahlonipha yini abasemagunyeni belizwe?
(KwabaseRoma 13: 1-7; 1 ekaPhethro 2:13-17) - Thithu 3:1c
Ngakube ngihlezi ngikulungele ukwenza okuhle?
(KwabaseRoma 12:17) - Thithu 2a
Ngakube ngikhuluma kahle ngabanye?
(ekaJakobe 3:6-10; kwabaseEfesu 4:29) - Thithu 3:2b-c
Ngakube ngigqugquzela ukuthula?
( kwabaseRoma 12:18; ngokukaMathewu 5:9) - Thithu 3:2d.
Is my humility indiscriminate?
Ngakube ukuthobeka kwami kukhetha abantu na?
(kwabaseFilipi 2:3-7)