There is no greater joy than knowing Jesus. You and I as Christians are perhaps very comfortable with the knowledge of Jesus because it is such a fundamental part of our confession as Christians. Of all the VIPs that you might have met in this world, or perhaps only dream
Sanibona igama lami ngingu-Andreya
UAndreya kwakungomunye wabafundi abayishuminambili bakaJesu. Waziwa kakhulu ngomfowabo owayevame ukuba novo, okunguPhethro. Wayegumdobi wezinhlanzi ekanye nabanye ababezalwa ndawonye, okwakungu Jakobe noJohane, ngaphambi kokuba bonke babizwe INkosi. Izikhashana lapho uAndreya kuphathwa igama lakhe kwiZincwadi Ezikhuluma ngempilo kaJesu emhlabeni simthola eletha abantu kuJesu. UNkulunkulu wasebenzisa uJohane umbhabhadisi ukwethula uAndreya kuJesu, kodwa futhi