Paul’s plan to die was to increase the worship of Heaven, but that did not make Paul callous to the earthly process of dying. He is a man who was much afflicted, perplexed, persecuted, and struck down by the suffering of this life. Paul’s plan to die included courage—courage enough to
Umyalelo kaNkulunkulu phezu kwezinto umuntu abhekana nazo
Sonke sinobuwula kithina. Kunezindlela zansuku zonke lapho sizithemba khona ukwedlula ukuthemba uNkulunkulu. Akunzima ukuzibhala phansi izinto esibhekane nazo, lapho sizithemba thina khona, noma sithembe umngani kunokuthemba umyalelo uNkulunkulu asinikezele wona. Thatha umshado njengesibonelo. IBhayibheli liyasinika umyalelo wokuthi kungani sifanele sishade, sishade nobani, siwuchaza kanjani umsebenzi wendoda kanye nowenkosikazi, sibakhulisa kanjani