To despise or to be generous

Whoever despises his neighbour is a sinner,but blessed is he who is generous to the poor. Proverbs 14:21 The poor surround us in a variety of forms. Some of the poor are so because of severe drug abuse and even the police publish articles in the papers at times asking

ibimnandi insthumayelo yakho

“Ibimnandi intshumayelo yakho” amagama okuncoma wonke umshumayeli afuna ukuwezwa ngesikhathi ibandla seliphuma endlini yokukhonzela. Futhi isikhathi esiningi lamagama ashiwo evela kwinhliziyo ekhombisa ukubonga ngokweqiniso umsebenzi womshumayeli njengesitsha ebesisentshenziswa nguNkulunkulu ngalelo langa. Kodwa, eqinisweni, yini eyenza intshumayelo emnandi? Intshumayelo emnandi iqukethe izingxenye ezimbili ezibaluleke kakhulu. Okokuqala, ngokusobala ukuchazisiswa kahle kweZwi likaNkulunkulu.