“Walk by the Spirit” – that is the command of Galatians 5:16. The result? You and I won’t give in to the many temptations of our flesh. That is the work and reward laid out for us this year. The section of Scripture that begins with “walk by the Spirit”
Uhlelo Lokwenza Umkhuleko Ekhaya Ngokuzibophezela
Ukuzwa ngendaba yomkhuleko owenziwa umndeni okholwayo kuletha izinto ezimbili kulabo abake baba yingxenye yomndeni okhulekayo. Kuletha intukuthelo noma injabulo. Kulabo abangakaze babe yingxenye yalomkhuleko ekukhuleni kwabo, futhi abangakaze bawubone ngisho wenziwa nakweminye imindeni, kubona ukuzwa ngawo kuletha imicabango eminingi ehlukene kodwa enokwesaba nokuzibuza ukuthi lokhu kwenziwa kanjani. Yize uMbhalo ungasho