You shall love your neighbour as yourself.Jesus, Matthew 22:39 In Scripture the word for friend and the word for neighbour is the same. Proverbs offers some sage wisdom on how to differentiate between the good and the bad when it comes to the friends you have. Here are the tell-tale
Impilo Yalowo Ohamba Izindawo Eshumayela Ivangeli Lobukrestu: UPawuli
UPawuli. Leli igama lomuntu elidumile kuthina abalaziyo IBhayibheli, kodwa noma kunjalo, kwesinye isikhathi kuba yilokho nje, igama lomuntu eliba sekuqaleni uma ebingelela kwizincwadi azibhalile. Yayinjani impilo kaPawuli? Wazalwa waqanjwa igama lesiHebheru okungu-“Sawuli”, uPawuli wayengowase Tarsus ngokwemvelaphi yakhe, okwakuyidolobha elalinedumela elihle kakhulukazi ngenxa yobuhlakani obusezingeni eliphezulu, nangenxa yengcebo ngakwezomnotho. Njengalokhu ukwakha