The most packed and concise summary of what we believe about the Bible is given to us by God in 2 Timothy 3:15-17, … and how from childhood you have been acquainted with the sacred writings, which are able to make you wise for salvation through faith in Christ Jesus.
Bungani Ubukrestu?
Ubukrestu iyona kuphela inkolo elungisa ubudlelwano bethu obuphukile noNkulunkulu (Johane 14:6). Ekuqaleni, lapho uNkulunkulu edala yonke into, uNkulunkulu wenza nabantu bokuqala ababili, uAdamu noEva (Genesisi 1:27). Babe nobudlelwano obuhle kakhulu noNkulunkulu, Umdali wabo. Kodwa ke, bakhetha ukungamlaleli uNkulunkulu. UNkulunkulu, EnguNkulunkulu olungile, wabajezisa ngenxa yesono sabo (Genesisi 3). Njengoba uAdamu noEva