The book of Ecclesiastes is not normally associated with preaching, and yet, the preferred title of the author was “The Preacher” (Ecclesiastes 1:1-2, 12; 7:27; 12:8-10). What is “The Preacher’s” view of preaching? Besides being wise, the Preacher also taught the people knowledge, weighing and studying and arranging many proverbs
Isikhathi Sezinto Zonke
Ziningi izinto ezenzekayo usuku nosuku emhlabeni wonke.UNkulunkulu akengamele kuphela izenzo kanye nezigameko zonke, kodwa uyakulawula konke ekwenzela isiphetho esihle asimisile Yena. Lokho uJosefa akusho ngabantu abakhohlakele kuGenesisi 50:20, kuyiqiniso ngazo zonke izenzo ezenziwayo usuku nosuku. USolomoni wabhala inkondlo wabe eseyihlaziya kafushane ngasekugcineni ukusikhombisa lokhu. Konke kunesikhathi sakho, yonke indaba inomzuzu