The devotional today is a personal testimony of a mature man reflecting on gaining spiritual maturity. May it comfort your souls as it has mine. How do we gain spiritual maturity in our lives? Over the past 24 years, I’ve seen the importance of a doctrinally sound local church, faithful
Ukukhuleka Ekusithekeni
UCharles Spurgeon wake waphawula wathi: Ukukhuleka esidlangalaleni akusikona ubufakazi bokuzibophezela kuNkulunkulu. Kuyinto eyenziwa inqwaba yabazenzise. Kodwa ukukhuleka ekusithekeni yinto umzenzisi angenayo inhliziyo yayo. UE.M Bounds wakhuluma ikulumo encishe ifane, kodwa ngokwegqikithi yokufunda ukuthi kukhulekwa kanjani: Umkhuleko awufundwa eklasini, kodwa egujini lokukhuleka elisesithe. Umkhuleko enye yezinto ezenziwa zobunkulunkulu esingazenza ekusithekeni. Abangakholwa