Anxiety and pride are not frequently thought of as sister sins, but they are. You might not feel proud when overwhelmed with anxiety, but pride is the root of worry too. When you worry, you raise yourself up to the level of engaging with matters that are above your clearance
Isikhathi Lapho UNkulunkulu Ekusindisa
Elinye lamaqiniso athandwa ngaMakrestu, ukuthi njengalokhu insindiso kuyinto ebesingenakukwazi ukuzenzela yona, UNkulunkulu uyenzile. Ngamandla Akhe amakhulu, UNkulunkulu usindise izoni. Kodwa, umbuzo ukuthi: “ngingaqinisekisa kanjani ukuthi uNkulunkulu ungisindisile? Incwadi 1 kwabaseThesalonikha 1 iyasinika impendulo kulombuzo. Ngingaqiniseka kanjani ukuba uNkulunkulu ungisindisile? Siyazi ukukhethwa kwenu nguNkulunkulu, bazalwane abathandiweyo… … ngokuba ivangeli lethu alifikanga