The true nature of salvation is frequently misrepresented by mainline Christianity. It is therefore no surprise that many Christians have a severe misunderstanding of salvation. Our assurance of salvation is directly linked to our understanding of salvation, so to get salvation wrong is detrimental to our assurance of salvation, not
Yehlisa ukukhalaza, dumisa kakhulu
Mababonge uJehova ngomusa wakhe nezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu. Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo; umphefumulo olambayo uyawugcwalisa ngokuhle. Amahubo 107:8-9 Ukube sikhalaza kancane, bese sidumisa kakhulu, ngabe singabajabule kakhudlwana, uNkulunkulu ngabe uyakhazimuliswa kakhulu. Masimudumise njalo uNkulunkulu ngenxa yemisibenzi yakhe yesihe ejwayelekile- ijwayelekile njengalokhu sivame ukusho, kodwa ingelinganiswa ngemali, ngangokuthi uma singancishwa