Customised Laws for Our Benefit

It doesn’t take long in one’s reading through the Old Testament to realise that God has given different customised laws for different people at different times. The commandments to Adam and Eve are in some ways different to those given to Moses, which in turn are different to the ones

IZINTO EZISISEKELO AMAKRESTU AZENZAYO

UJesu wenza futhi wafundisa okuningi kunalokho okuqoshelwe thina kwizincwadi ezine ezifakaza ngempilo kaJesu emhlabeni (ngokukaJohane 21:25). UJohane uyalisho ngokucacile leliqiniso bese esikhomba ukuba siqaphelisise izinto lezi ezilotshiwe ngoba zilotshiwe phansi ngokwenhloso ( ngokukaJohane 20:30-31) Njengo Johane, usomlando uLukha uhlunge ngokucophelela iziga nezimfundiso kwimpilo kaJesu wazihlela ngokuqhutshwa uMoya Ongcwele ukwenzela thina