How Loudly Do You Rejoice?

Sadly we too easily complain louder than we rejoice. Reading through the life and accomplishments of Nehemiah you soon realise how frequently he was opposed and how intense some of the disappointments in his life were. And yet, the book is filled with praises almost as much as it is

Ngokobukrestu: Ukuphefumulela

Ukuphefumulela kuchaza ukuthi iBhayibheli ‘liphefumulelwe nguNkulunkulu’. (okumele sikuqaphele, ukuthi ukuphefumulela ngokukaNkulunkulu igama negama leBhayibheli kuyiqiniso kuphela maqondana nemibhalo yokuqala eyabhalwa ngesandla akusilo iqiniso ngamahusho lawa asuselwa khona.) Okubalulekile ngokuthi imiBhalo iphefumulelwe, ukuthi uMoya Ongcwele waqhuba amadoda (2Phethro 1:21) ukuqopha isambulo sikaNkulunkulu Ayesinikezela abantu. Ngakho abantu baqopha, kungesibo obabo, kodwa ubuhlakani