Responding to Those Who Mock Your Faith

It is sometimes hard to know what to say when someone rather bluntly and outrightly mocks your faith or questions the existence and work of God. We might even feel somewhat dumb for not having the right words in the moment, and perhaps even guilty for not being able to

UMzimba, INgqondo, UMoya, UMphefumulo, NeNhliziyo_Sakhiwe Ngani?

IBhayibheli lisebenzisa amatemu amaningi ukuchaza isidalwa esingumuntu. Lawo ajwayelekile ilawa, umzimba, ingqondo, umoya, umphefumulo, nenhliziyo. Umzimba ingxenye yomuntu esingayithinta ngezandla, ile-engaphandle, ebonakalayo. Inyama yethu. Ayinakho ubuhle noma ububi ngokungokwayo. Ingeyesikhashana njengalokhu izakubuyela othulini lapho sifa (IHubo 104:29; UMshumayeli 3:20). Kodwa, iyingxenye ebalulekile yokuba umuntu, futhi siyakunikezelwa imizimba yenkazimulo ngemuva kokufa