Remembering a passage of Scripture is always easier when the flow of thought is clear. This is no less true of Romans 5:1-9. Use this guide for your own devotion to God today, and use it as an example for any other passage too. Therefore, since we have been justified
Ivesi Eliphambana Nenhlanzeko?!
Isisho sabazali ngokubaluleka nesithunzi sokuqoqeka nenhlanzeko aziswelakele. “Akuqoqeke endlini”, “Akubonakale endlini ukuthi kuhlala abantu”, izisho ezifana nalezi nginesiqiniseko uzijwayele, ungacabanga nezinye ezifika emqondweni njengamanje. Ukuhlanzeka ngokweqiniso yiphuzu eliveza ukwenziwa komyalelo othi “Thanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena”, kodwa njengalokhu kuvamile ngoMbhalo, lamaqiniso akhomba ukwenziwa kwezinto ngendlela enebhalansi. Kwesinye isikhathi ngamunye