Blessed be the Lord,who daily bears us up; Psalm 68:19 Did you praise God for that when you woke up this morning? God is bearing you up today again. He did so yesterday, He will do so tomorrow again. In your daily weakness, He strengthens you. In your daily need,
Umhlaba, Ikusasa, Nabantwana bami
Ukuzwa ngakhokonke okwenzakalayo emhlabeni akulethi amathemba amakhulu ngekusasa. Eqinisweni, abazali nalabo abasazoba ngabazali bayakhala ngekusasa elilindele izingane zabo kulomhlaba. Kodwa, ukuba nabantwana nokuba khulisa ekwesabeni uNkulunkulu yinto enhle ngokweMibhalo futhi iyatuswa kakhulu nguNkulunkulu. Amakholwa angacabanga kanjani ngokuletha imiphefumulo emisha emhlabeni ogcwele isono? AmaHubo 127 yiyona impendulo. Iculo likaSolomoni, elilodwa kwangu-1005