The “fountain of eternal life” is a concept often associated with fairy tales at best, or false worship at worst. But, like most things in life, the fairy tales and false worshipers stole their ideas from the Truth. There is a Biblical fountain of life, yes, even a fountain of
Imithetho Ehlelelwe Ukuba Ihambelane Nezikhathi Ezithile Ukuze Thina Sizuze Kuyo
Akuthathi isikhathi eside uma ufunda kwiTestamente Elidala ukuthi ubone ukuthi uNkulunkulu unemithetho ehlelelwe izikhathi ezithile ehlukene eyenzelwe abantu abahlukane kwizikhathi ezahlukene. Imiyalelo eyanikezelwa kuAdam noEva ngandlela thize yehlukile kuleyo eyanikezelwa kuMose, ehlukile futhi kuleyo enikezelwe iBandla kwiTestamente Elisha. Ngingezukuyibala imithetho eyanikezelwa kuKhayini noAbela, kuAbrahama, kuNowa nakuMelkhizedeki nabanye abaningi bonke ababengamakholwa