Job: Proverbs for the Despairing

Like the Psalms are the very personal expression of worship throughout the ups and downs of life, like Ecclesiastes is the life-story of Solomon turned into words of wisdom, and like Proverbs is the words of the wise recorded for all who seek wisdom, so Job is the collection of

UNkulunkulu wethu useZulwini

UNkulunkulu wethu usezulwini, wenza konke ngokuthanda kwakhe. AmaHubo 115:3 Akusiyona imfihlo ukuthi amaqiniso ajulile empilo aphinde futhi abe ngasobala. IHubo 115:3 liyiHubo liyiqiniso, elilula, kodwa futhi elijulile. UNkulunkulu unguNkulunkulu, wenza njengoNKulunkulu, futhi, njengoba likhombisa iHubo uma uqhubeka ulifunda, Yena yedwa unguNkulunkulu weqiniso- bonke onkulunkulwana bayizeleze, zonke izibusiso zimelwe ukuvela kuNkulunkulu