A Brief Theology of the Holy Spirit
UMoya oNgcwele unezimfanelo ezifanayo nezikaNkulunkulu uBaba kanye noNkulunkulu Indoda, kubalwa nendlela yokucabanga (1 Khorinte 2:10-13), imizwa (Efesu 4:30), intando (1 Khorinte 12:11), ukuba khona ezindaweni zonke (IHubo 139:7-10), ubuphakade (Hebheru 9:14), ukwazi izinto zonke (Izaya 40:13-14), unamandla onke (Roma 15:13), futh uneqiniso (Johane 16:13).
UMoya oNgcwele wambule umqondo kaNkulunkulu kubabhali bomBhalo ( 2 KaPhethro 1:20-21; 1 Khorinte 2:11-12).
UMoya oNgcwele wenza kube khona ukuzalwa okusha ngaphakthi kwethu (Johane 3:5-7) esibhabhathisela emzimbeni kaKhristu, iBandla ( 1 Khorinte 12:13).
UMoya oNgcwele unikezela amakholwa ngawodwana iziphiwo zikamoya ( 1 Khorinte 12:11).
We are obliged to walk by the Spirit, manifesting the fruit of the Spirit and not give in to the desires of our flesh (Gal 5:16; Eph 5:18).
Simiselwe ukuba sihambe ngoMoya, sibonakalisa isithelo sikaMoya futhi singavumi ukuzinikela kwizinkanuko zenyama yethu(Galathiya 5:16; Efesu 5:18).
