Inkondlo ngothando lapho uthando luhamba kabi

Abantu baseKhorinte bezikhathi zeTestamente Elisha babengezona izibonelo ezinhle zothando. Basebengene shi othandweni olwaluchazwa ngamasikompilo abo angenandaba noNkulunkulu nezinhliziyo ezigcwele isono. Kodwa uNkulunkulu wayesenza ushintsho kubona. Maphakathi nokunikezelwa isifundiso/bekhuzwa maqondana nezinto eziqondene nokwenziwa ebandleni ( 1 kwabaseKhorinte 12-14), uNkulunkulu waloba lenkondlo emayelana nothando ngaphambi ngokuqhubeka nesifundiso.

Lena yinkondlo ngothando lapho uthando beseluhambe kabi isikhathi eside. Nali ihumusho layo ngesiZulu.

Loluthando luyabekezela,

lumnene loluthando;

alunamhawu,

aluzigabisi,

aluzikhukhumezi; 

aluziphathi ngokungafanele,

aluzifuneli okwalo,

alucunuki,

alunagqubu; 

aluthokozi ngokungalungile,

kodwa luthokozela iqiniso,

zonke izinto luyazisibekela,

zonke izinto luyazikholwa,

zonke izinto luyazibekezelela,

loluthando alusoze lwaphela.

1 kwabaseKhrorinte 13:4-8a

Ngeke wakhombisa loluthando ezimweni lapho uthando selubheda?

Scroll to Top