Indlela yokubuka izinto zonke emhlabeni

Ukuba ubuyindodana yami, bengingakwenza ukuthi ufunde zonke izincwadi kwishalofu lami lezincwadi ezikwingxenye yezincwadi ezikhuluma ngendlela yokubuka izinto zonke emhlabeni. Empilweni yakho, yakha impendulo eyangokoMbalo eqondene nesayensi, ifilosofi, ubuqotho, ukuziphatha, umsebenzi, imali, umndeni, abangani, ubuchwepheshe, ezokugcebeleka, izinkinga ezithinta imiphakathi, ezepolitiki nokunye okufana nalokhu.

Akusiye wonke uMkrestu  okungenzeka abe nendaba nalezizinto, futhi akusiso isidingo ukuthi wonke uMkrestu abe nolwazi lonke oluqondene nazozonke izinto zempilo. Kodwa, wonke uMkrestu kumele akhulise umqondo obunjwe yiZwi ukuze ezokwazi ukuhumushela amaqiniso oBukrestu abe ukucabanga koMkrestu koqobo bese edlulisela lokho kucabanga koBukrestu kuyona yonke impilo.

Ukukubeka kalulana, indlela yokubuka izinto zonke emhlabeni yikona okuyinto ehluzekile yokwazi okuyikona okubalulekile ngempela. Nanoma ngubani angaba nombono. Kodwa ukuthi unombono akuchazi ukuthi umbono wakho sekufanelwe uphimiselwe. Zijwayeze imibono yeBhayibheli ngazo zonke izinto.

Indlela ongakwazi ngayo ukuthi ukwenze lokhu ukuze nginikezele inselelo kwindlela yakho yokubuka izinto zonke emhlabeni onayo njengamanje, ukuthi ufunde ikhasi lokuqala kwiphephandaba bese uthola impendulo engokoMbhalo yalolodaba. Kuzoqala kubenzima, kodwa kuzohamba kubelula  ngesikhathi ulokhu usebenzisa lokho okwenza umqondo ngokweBhayibheli ekucabangeni kwakho.

Scroll to Top