When you don’t get what you wanted
Kwenzakalani uma ungakutholi lokhu okade ukufuna? Mhlawumbe impendulo emfushane ithi “ngenza isono” (ekaJakobe 4:1). Uma kwenzeka lokhu esikufisayo, siyathokoza sizizwe sithandwa. Kodwa uma kungenzeki esikufisayo siyajabha sizizwe singathandwa.
Kungakho kufanele siguqule indlela esiziphatha ngayo uma kungenzeki lokhu esikufisayo. Uma sizoveza ukuthi ikuphi uNkulunkulu akufisayo ngathi (kwabaseRoma 12:2), kufanele siguqule indlela esiziphatha ngayo uma kungenzeki lokhu esikufisayo.
Esingakusho esikhundleni sokuthi “ngenza isono” uma ugakutholanga lokhu okade ukufisa, ukuthi “ngiveza uthando”. Uthando aluzifuneli okwalo (1 kwabaseKhorinte 13:5), kodwa lunakekela lokhu okungabe kudingwa abanye (kwabseFiliphi 2:4). Uma ungakutholi lokhu okufisayo, veza uthando, ungoni. Ungabi umkhohlisi, ungakhonondi, ungazondi, kodwa Thanda, nakekela ebese wenza okuhle.