Ten Resolutions to Fear the Lord

Amahubo 112 elinye laMahubo “Okwesaba uSimakade”. Thatha imizuzwana ufunde Amahubo 112 kwelakho iBhayibheli…

… Ngizobe ngisakhona la uma usuqedile…

…. Ngakube usulifundile?? Zibuzeke ukuthi umuntu onjani ongabhala into ekanje! Ukuqonda okujule ngakakanani okuvela kuNkulunkulu maqondana nalokhu kuphila okungamele ube nakho ukuze ukwazi ukuloba into ekanje? Yiziphi izinto okholelwa kuzo ngesiqiniseko okungamele uphile ngazo ukuze uzizwe usemfuthweni ngokuhlanganisa ihubo laloluhlobo? Ungazizwa engathi awufani nakancane nalomuntu owabhala Ihubo 112, kodwa lokho akusisona isizathu sokuhlala unjalo. Kunalokho,khipha lokho okuyiqiniso eliqinisekile kwiHubo 112 kube yizinqumo ezinqala zempilo yakho.

Nazi Izinqumo Ezinqala Zokwesaba UNkulunkulu njengo Mnuz 112

IZINQUMO EZINQALA ezilishumi zokwesaba uNkulunkulu

  1. Nquma ukuthokoza ngoMbhalo ( Ihubo 112:1)
  2. Nquma ukuba umzali oqotho ( Ihubo 112:2)
  3. Nquma ukuba uphumelele kakhulu ngokukamoya kunokwenyama (Ihubo 112:3)
  4. Nquma ukufuza uNkulunkulu kwindlela oyiyona ( Ihubo 112:4)
  5. Nquma ukuba ube ngolungile ngokwendlela eshiwo yiBhayibheli (Ihubo 112:5)
  6. Nquma ukuphokophelela uzinzo ( Ihubo 112:6)
  7. Nquma ukuthemba uNkulunkulu ngezindaba ezimbi (Ihubo 112:7)
  8. Nqumo ukulindela ubulungiswa obengamele bonke obunye (Ihubo 112:8)
  9. Nquma ukunikela ngentokozo ( Ihubo 112:9)
  10. Nquma ukungabi ngomubi (Ihubo 112:10)