Too Patient in gaining Patience
Kuyinto eyidida nokho ukuthi isineke yinto esithanda ukuthi sibe nesineke kakhulu ukuzama ukuyifunda. Singathanda ukuba abantu abanesineke, kodwa sibukeka engathi asinakho
Kubuhlakani bakhe baseZulwini, uSolomoni uqinisekisa ukuba phezulu kwesinike emhlabeni ogcwele iziwula ezinempakamo.
Onomoya wokubekezela ungcono kunalowo onowokuzidla.
Umshumayeli7:8b
Isahluko esidumile esikhuluma ngothandazo siyaqinisekisa ukuthi sishodelwa wuthando lwalabo abasicika kalula nesihlulekayo ukuba bekezelela
Uthando luyabekezela
1KwabaseKhorinte13:4
Pho-ke singenza kanjani ukuthi sikhule sibe ngaphezu kokuzibona sibalulekile bese sithi ukuba nokuthanda umakhelwane wethu? Njengazo zonke izindaba zempilo yoBukhrestu, incwadi kwabaRoma 12 inesaluleko esihle
Ethembeni nithokoze, osizini nibekezele, nasekukhulekeni ningaphezi.
KwabaseRoma12:12
Uzoba nesineke kancane ezinkingeni zakho namhlanje, uma ungafuna intokozo kwikusasa lakho kunokubheka kwimanje, futhi uma ukhuleka ngazikhathi zonke. Kuzame! Sonke isikhathi uma ulingeka ngokuba ungakwazi ukubekezelela omunye umuntu, zitshele wena ukuthi ukuba seZulwini kuzokwenza ujabule kakhulu kunokufuna ukuzenzela ngendlela yakho masinyane namhlanje. Bese uyakhuleka kuNkulunkulu, umdumisa Yena ngokubekezelela wena, nangokuhlela Kwakhe okwengamele ukuhleleka konke kwemininingwane emincane yesimo sakho ukuze uzofunda lesifundo.
Engathi uNkulunkulu angasamukelisa isibusiso Sakhe kulokho!
