The rewards of prayer
Umkhuleko ufinyelela ekujuleni ezibilini zemiphefumulo yethu lapho sithula imithwalo yethu kuNkulunkulu. Umkhuleko uphinde ufinyelele ezindaweni ezikude zomhlaba lapho sikhuleka ukwenzeka kwentando kaNkulunkulu lapha emhlabeni. Uma umkhuleko kuyiwo obusa impilo yekholwa nohlelo lomsebenzi wenkolo. Umvuzo uza masinyane futhi uba yinala.
- Sizuza ukunqoba phezu kwezimpi zikamoya
Efesu 6:12-20 - Sibangabalingisa uKhristu
ngokukaMakhu 1:35 - Sinenhlanganyelo noKhristu
KwabaseRoma 8:34; KumaHebheru 7:25 - Sithola konke okuyisidingo esikudingayo
ekaJakobe 1:5; 4:2-3 - Sithola ububele nomusa
KumaHebheru 4:16 - Sizuza ukugcwala kwenjabulo
ngokukaJohane 16:24 - Sithola ukuzizwela ukuthula okuvela kuNkulunkulu
KwabaseFiliphi 4:6-7 - Siyakhula ekuqapheleni isidingo sethu sokuba ngcwele
IHubo 24:3-4 - Sizuza amandla okukhonza abazalwane
KwabaseFiliphi 1:9-11, 19; 4:13 - Abanye bayasindiswa
KwabaseRoma 10:1; 1 kuThimothewu 2:1-4
