True faith makes a difference (Part 4)
Incwadi kaJakobe isahluko 4 inikeza isithombe ngokucace bha sokuthi ukholo lweqiniso lwenza umehluko uma sekuziwa ekuqondeni kwethu isono, izinkanuko zomuntu, nomusa kaNkulunkulu.
Siyakuqonda ukungaboni ngasolinye kuphenduka kube ukulwa, hhayo ngenxa yomunye umuntu, kodwa kusuka ngaphakathi (1-3)
Siyakuqondaukuthi ukuba umngani kaNkulunkulu kuchaza ukubona ubunjalo bempilo yezwe njengento embi esidinga ukuba sihlanzwe kuyona ( amavesi 4-8).
Siyakuqonda ukuthi impilo iphilwa kahle ngokuqophela ngentobeko amaqiniso kamoya kunenjabulo engayindawo. ( amavesi 9-10).
Siyaqonda ukuthi izinga lokulungile nokungalungile nguNkulunkulu, hhayi thina ( amavesi 11-12).
Siyakuqonda ukuthi intando engokomusa kaNkulunkulu iyona enquma ‘ikusasa’ lethu ngaphezulu kwezinhlelo zethu (amavesi 12-15).
Siyakuqonda ukuthi umgomo wethu empilweni akukona ukuzigqaja ngobuthina, kodwa ukulalela ngokuthobeka uNkulunkulu (amavesi 16-170.
