Ukubhekana nebandla ngendlela enobuhlakani

Dealing wisely with the church

Lilodwa igunya phezu kwempilo yoMkhrestu ekukhulunywe ngalo kwagwegweswa encwadini yeZaga ngesizathu sokuthi leli yigunya elimbulwe kuphela kwiTestamente Elisha. Noma kunjalo, nalo futhi liza lisongwe ngendlela yokusonga ukuhlakanipha ukwenzela ukuba kuqondise imicabango nokuziphatha kwakho. Leligunya elihlukile leTestamente Elisha empilweni yoMkhrestu yibandla lendawo (local church)

Ukuba ngumzalwane noma umzalwanekazi ohlakaniphile kulula kakhulu empeleni:

  • Hlanganyela ngokuthembeka (KumaHebheru 10:24-25)
  • Yakha abanye ngokukamoya (1 KwabaseThesalonikha 5:11; KuThithu 3:8)
  • Hlonipha bese ulingisa ama-elder uma sekuziwa kwizinto ezingambuliwe ngokusobala eMbhalweni, kodwa ukwenze lokho usaqhubeka ufuna okukhulu ukuhlakanipha nokweluswa (1 KwabaseThesalonikha 5:12-13a; KumaHebheru 13:7; KumaHebheru 13:17)

Ngakube ungumuntu ohlakaniphile noma oyisiwula kubudlelwano onabo nebandla lakho?

Scroll to Top