Advent Reading Plans

Be it with a daily chocolate from a commercial Advent Calendar, or an ancient family tradition of remembering the true meaning of Christmas, here are some suggested reading plans as you prepare yourself and your family to maintain a profound awareness of the Truth of Christ, amidst the cultural and

Bheka Phezulu, Dumisa bese Uyathemba

Bheka phezulu, Mzalwane, isibhakabhaka esingaphezulu kwekhada lakho asikhonela nje ukubamba zigcine izinto ezithile ezakha umhlaba zisendaweni yazo ukuze thina siphile. Isibhakabhaka esiphezulu sinezinhloso zikamoya futhi. Siyadinga ukuhlala hlale sibheke phezulu. Mhlawumbe okuyisona isizathu esisobala sesibhakabhaka esingaphezu kwethu ngokwesifundiso ngoNkulunkulu , ukusikhumbuza ukuthi Nguye uNkulunkulu wethu Ongumdali. Amazulu alanda ngenkazimulo kaNkulunkulu,

Inkulumo Efingqiwe Edabukisayo Ngempilo Yesoni

Incwadi yaBehluleli ayisiyo inganekwane. Into okuyiyona kuphela ewusizo kulencwadi umusa ongapheliyo kaNkulunkulu ekhombiso uzwelo ngokuphindelela kulabo ongabafanele. Abehluleli ababheda kunabo bonke, kodwa amagama abo aqoshwe kwiHolo loKholo kumaHebheru 11, kodwa uma ufunda ngezimpilo zabo kwincwadi yaBehluleli, simelwe ukuqaphela isixwayiso sokuthi isono nokwenza intando yakho kuyibulale kanjani impilo ngisho neyamadoda amakhulu

Imithetho Ehlelelwe Ukuba Ihambelane Nezikhathi Ezithile Ukuze Thina Sizuze Kuyo

Akuthathi isikhathi eside uma ufunda kwiTestamente Elidala ukuthi ubone ukuthi uNkulunkulu unemithetho ehlelelwe izikhathi ezithile ehlukene eyenzelwe abantu abahlukane kwizikhathi ezahlukene. Imiyalelo eyanikezelwa kuAdam noEva ngandlela thize yehlukile kuleyo eyanikezelwa kuMose, ehlukile futhi kuleyo enikezelwe iBandla kwiTestamente Elisha. Ngingezukuyibala imithetho eyanikezelwa kuKhayini noAbela, kuAbrahama, kuNowa nakuMelkhizedeki nabanye abaningi bonke ababengamakholwa

Ukuba Ngowakha Ukuthula Phakathi Komunye Nomunye

Izikhathi eziningi, isizathu esikhulu zokungabilusizo kumsebenzi webandla izingxabano phakathi kwabantu. Angikuthandi, awuyithandi into engiyenzile, ngakho uyahlala kwelinye isayidi, mina ngihlale kwelinye isayidi, uma kuyizikhathi zokuhlanganyela kwabazalwane uma kuzoba khona wena, mina angizi, uma unesicelo somkhuleko ngento ethize, mina angeke ngikukhulekele lokho. Kodwa izingxabano zabantu enkonzweni akuzona nje ezabantu. Inkinga yakho

uMbhalo, Ikhambi Elelapha Ukungalaleli

KumaHebheru isahluko 4 siyayalwa ukuba siqinisekise ukuthi impela Siyaya Ezulwini nokuthi singaligeji ngenxa yokungalaleli. Kuyinto ngesiqiniseko engenzeka, isizukulwane sonke samaIsrayeli asingenanga Ezweni Lesethembiso, yize noma sasinethemba lokungena, kodwa asizange singene ngenxa yokungalaleli. Incwadi yamaHebheru isahluko 4 isiyala ukuba sikubone futhi sikunqobe kanjani konke ukungalaleli okukithina? Ngakho-ke masikukhuthalele ukungena kulokho kuphumula,

IVangeli kwiTestamente Elidala

KuLukha 16:29 uJesu uphendula ngalamazwi kwisicelo sendoda efile esasiphathelene nesixwayiso kubafowabo abahlanu. ‘Abafowenu banemithetho kaMose nemibhalo yabaphrofethi, mabalalele bona.’ Kunezahluko eziningi kwiTestamente Elidala lonke ezinikezela ngeVangeli ngokucacile. Mhlawumbe edume kakhulu ile ekwi-IDutheronomi 30. Lena kwakuyimizamo yokugcina kaMose ukuba afundise iVangeli, kwisizukulwane sakwa-Israyeli, ngokungena Ezweni Lesithembiso. Landela isahluko lapho iVangeli elingabalelwa

Umhlaba, Ikusasa, Nabantwana bami

Ukuzwa ngakhokonke okwenzakalayo emhlabeni akulethi amathemba amakhulu ngekusasa. Eqinisweni, abazali nalabo abasazoba ngabazali bayakhala ngekusasa elilindele izingane zabo kulomhlaba. Kodwa, ukuba nabantwana nokuba khulisa ekwesabeni uNkulunkulu yinto enhle ngokweMibhalo futhi iyatuswa kakhulu nguNkulunkulu. Amakholwa angacabanga kanjani ngokuletha imiphefumulo emisha emhlabeni ogcwele isono? AmaHubo 127 yiyona impendulo. Iculo likaSolomoni, elilodwa kwangu-1005

Ivesi Eliphambana Nenhlanzeko?!

Isisho sabazali ngokubaluleka nesithunzi sokuqoqeka nenhlanzeko aziswelakele. “Akuqoqeke endlini”, “Akubonakale endlini ukuthi kuhlala abantu”, izisho ezifana nalezi nginesiqiniseko uzijwayele, ungacabanga nezinye ezifika emqondweni njengamanje. Ukuhlanzeka ngokweqiniso yiphuzu eliveza ukwenziwa komyalelo othi “Thanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena”, kodwa njengalokhu kuvamile ngoMbhalo, lamaqiniso akhomba ukwenziwa kwezinto ngendlela enebhalansi. Kwesinye isikhathi ngamunye

Indlela Yokuzihlola

Sonke siyona ngezindlela ezahlukene. Ezinye zezono zethu siyazazi, kodwa asisheshi ukuphenduka kuzona. Kwezinye izikhathi asiboni ngisho nokubona ukona kwethu kuNkulunkulu nabanye abantu. Abathandekayo kithi bangazemboza ezikhathini eziningi ngothando lwabo abanalo ngathi, futhi mhlawumbe bazame ukuthi basiqonde ngezinye zazo kwesinye isikhathi, kodwa ngebhadi asivamile ukuphendula kahle nakulokho. Siyadinga ukuba sifunde ikhono