UNkulunkulu uzositatamisa
“UNkulunkulu uzositatamisa” kwakuwukubabaza kwengane eneminyaka eyisikhombisa izwa ubaba wayo elalele intshumayelo kwiSambulo 21. Lokho kuyiqiniso. Isiphetho sensindiso yiZulu- indawo yezibusiso…
“UNkulunkulu uzositatamisa” kwakuwukubabaza kwengane eneminyaka eyisikhombisa izwa ubaba wayo elalele intshumayelo kwiSambulo 21. Lokho kuyiqiniso. Isiphetho sensindiso yiZulu- indawo yezibusiso…
Ubukrestu buyigxube yezinto ezisobala nezijulile. Iqiniso elisobala leVangeli lithi “Kholwa yiNkosi uJesu khona uyakusindiswa”( Izenzo 16:31), kodwa ukuzika okujulile kukaJesu
Indoda noma owesifazane ozakhele yena impumelelo engacikile kubantu kuhlezi kulula ukumbona. Bahamba ngokuzithemba, amehlo abo ayamoyizela ekhombisa inhlansana yokwazi ngaphezulu
Ziningi izinto kulempilo eqalekiswe ngesono ezenza abazalwane bathukuthele bagane unwabu. Uma izinto ezinjenganalezi zigcwala kwizindaba, ukuhushulwa kwezisu, inkohlakalo, ukuqwayiza, udlame,
Kwakungezikhathi zenye yamakhosi akwaIsrayeli ayedume kabi ngangokuthi indoda okwakuthiwa uEliya yabekezelela umsebenzi onzima wokuba yisikhulumi sikaNkulunkulu kubantu bakaNkulunkulu. Ngokuhamba kwesikhathi
Akuyona into engajwayelekile ukuthi abazalwane beqiniso baphazamiseke kukho ukudumisa bephazanyiswa yiyo indumiso. Izinkolelo zabantu mayelana nezinto ezithile kubanjelelwe kakhulu kuzo
Incwadi Amahubo 119:68 iyaqinisa ngokungangabazi ukuthi uNkulunkulu muhle. Isiphetho esingenakuma ngenye indlela naso esijulile ngokulinganayo sithi: uNkulunkulu wenza okuhle. Ayikho
Kuyiqiniso eseliphindaphindwe kaningi elimsulwa nelifakazelekayo ngokungananazi ukuthi “Akekho umuntu omsulwa!” nokuthi sonke “singabantu”. Kwesinye isikhathi sikhuluma ngaleloqiniso ngoba sizithethelela izenzo
Kwaze kwaba wukuphila okuphakade okuhle kakhulu okusilindele, kodwa kwaze kwanzima emhlabeni esikuwo okwamanje! UJesu muhle ngandlela zonke, kodwa abantu abaningi
Nazi Izimpawu Ezinhlanu Zenhlanganyelo Enenhloso ekufanele thina sonke njengaMakrestu siyihluphekele. Okokuqala, zijwayeze ukwenza kwabanye lokho okuhle okushiwo uMbhalo. Bheka wonke