Passion Week-Sunday
Sekuwusuku lwesithathu uJesu afa. Sekudlule iSabatha elinomunyu, sekuyisikhathi sokuqedela usiko lokugcwaba bese siqeda ukufunda kwethu ngezigameko ezenzeka ngeViki Lokufa kweNkosi yethu uJesu Khristu.
(umaka okanje* ukhombisa ukuthi isahluko lapho izigameko zalolusuku zibekwe ngokulandelana, okulula ukuba ufunde kuso)
ISONTO
Ithuna litholakala selingenamuntu
Mathewu 28:1-8; Makhu 16:1-8; Lukha 24:1-12*; Johane 20:1-10
INsthumayelo ongayilale (INgesiNgisi):Jesus died, Jesus rose, the Bible tells me so
UJesu uyaziveza engophilayo kwabaningi
Mathewu 28:9-15; Makhu 16:9-14; Lukha 24:13-43; Johane 20:11-25*
Intshumayelo ongayilalela (IngesiNgisi): Would you recognise Jesus?
____________________
