How can I stop sinning?
1 KaJohane 2:1
Ukube bekulula kanjalo! Siyakholwa ukuthi iBhayibheli okunye elibhalelwe kona ukuba sikwazi ukuyeka ukona. Kodwa, ngenhloso noma ngokungesiyo inhloso, sisona. Ngiyakuyeka kanjani ukona?
Iqoqwana lamagama elisevesini elilandela elingenhla, liqhubeka kanje:
Kepha uma umuntu ona
1 KaJohane 2:1
Ngingayeka kanjani ukona uma ngisaqhubeka ngona njalo? Angeke kube lula, futhi ngeke kusheshe, kodwa kukhona usizo olukhlulu ekulweni nezono zakho.
Uma sekwenzekile wona, khumbula ukuthi uJesu uyabamela laba abangaBakhe, ungummeli wethu kuYise ( 1 kaJohane 2:1c)
Uma sekwenzekile wona, khumbula ukuthi uJesu wadonsela kuye ulaka luka Yise maqondana nezono zethu, nokuthi akusekho ukulahlwa, emhlabeni wonke, kwalabo abakholwa kuJesu ( 1 KaJohane 2:22).
Ukukugcina ukuba ungaqhubekeli ezonweni zakho, zishumayeze ngalokho okwaziyo kuyiqiniso ngoJesu- ukuthi unguMsindisi wakho, neNkosi yakho, nesibonelo sakho. Uyamazi ongenaso isono, kuvumele lokhu kukugcine ekuqhubekeni nokona. ( 1 KaJohane 2:3)
Ngasosonke isikhathi wona, uyanezezela isono sokuqamba amanga, sokukhohlisa, kwirekhodi lakho. Icabange lento. UNkulunkulu ukusindisile, uzitshela ukuthi uyamazi uJesu, kodwa futhi uyaqhubeka wenza isono. Leyonto iyindida. Yicabangisise. Ngesikhathi esilandelayo uma ulingeka ukuba wone, yima eqinisweni, ungasenzi isono (1 KaJohane 2:4).
Ukukubeka ngenye indlela enika umdlandla, ngasosonke isikhathi ulalela, ungowamukela uthando lukaNkulunkulu, hhayi ingcosana yothando Lwakhe, kodwa uthando Lwakhe oluphelele ( 1 KaJohane 2:5)
Ngakho lalela, ube yisibonelo sokuphila okufuze okukaJesu (1 Johane 2:6)
Bantwana bami, nginilobela lokhu ukuze ningoni.
1 KaJohane 2:1
