Safety from Apostasy
Ngokudabukisayo, ziningi izindaba ezingaxoxwa zaMakhrestu eshiya inkolo: izingane ezilungile ezishiya ibandla uma sezisuka emakhaya abazali bazo; abangani abalinyazwa nguMzalwane bese bephika yonke into ngenkolo; ngisho nabefundisi imbala abahlubuka ukukholwa. Siyazi ukuthi babengesiwo Amakhrestu uma sifunda (1 KaJohane 2:19). Kodwa isexwayiso sokuzishaya uMkhrestu bese kuya ube usulaxaza konke sikhona ngempela.
2 KaPhethro 1:10-11 unikezela isixwayiso esifanayo- qiniseka uwuhlobo lwangempela loMkhrestu njengabo abaPhostoli bakaJesu ( 2 KaPhethro 1:1)!
Imuphi umyalelo ophathekayo ukukwenza ugcineke uhamba kahle kuzekube sekupheleni?
Incwadi 2 KaPhethro 1:5-7 isinika uhlu lokuthi uye ngokukhula kancane kancane ekuthembekeni kobukhrestu, bese u2 KaPhethro 1:8-9 usinika isethembiso.
Lezizincwadi zikhuluma ngokuphila ukukholwa kweqiniso. Nakuba Amakhrestu engesiwo awakulomhlaba, kodwa melana nesono nesifundiso samanga. Lezizincwadi azisiniki ukuthi yini esimelene nayo kodwa zisinikezela uhlu lokuthi iziphi izinto amakhrestu ashisekele ukuzenza.
Mzalwane, uma ufiselela ukuma kukho ukuthembeka kuKhristu kuzekube uyangena ezulwini, yenza lezizimfanelo ngokushisekela okukhulayo. Hlobisa ukukholwa kwakho ngendlela yokuziphatha eqotho, ulwazi lweMibhalo, ukuzithiba uma ulingwa, ukuqhubekela phambili okungazamazamiswa, kanye nendlela yokuphendula kulelizwe efuze leyo kaNkulunkulu. Yiba nendaba nalabo anangabazalwane kanye nawe, bese wenzisisa lokho okubhalwe kwabaseKhorinte 13:4-7, okayindlela yokuhlola uthando.
Ngokuba uma lezo zinto zikhona kini futhi zivamile, ziyakunenza ningabi ngabavilaphayo nabangenazithelo ekwazini iNkosi yethu uJesu Khristu.
