Sekuwusuku lwesithathu uJesu afa. Sekudlule iSabatha elinomunyu, sekuyisikhathi sokuqedela usiko lokugcwaba bese siqeda ukufunda kwethu ngezigameko ezenzeka ngeViki Lokufa kweNkosi yethu uJesu Khristu. (umaka okanje* ukhombisa ukuthi isahluko lapho izigameko zalolusuku zibekwe ngokulandelana, okulula ukuba ufunde kuso) Ithuna litholakala selingenamuntuMathewu 28:1-8; Makhu 16:1-8; Lukha 24:1-12*; Johane 20:1-10 UJesu uyaziveza engophilayo kwabaningiMathewu 28:9-15; Makhu 16:9-14; Lukha