A prayer in times of violence

Psalm 140 models the prayer of the faithful when confronted with the countless stories, and even personal experiences, of violent men acting wickedly. We pray during times of wickedness, because we are not ignorant and naïve. We know violent men abound (Ps 140:1), that they plan their evil exploits (Ps 140:2, Ps

Ukuthobela umthetho nalapho ungawenzi umqondo

Ukulalela noma ukuthobela iziphathimandla ngezindlela eziningi kuwuphawu lwaMakrestu. Incwadi kwabaseRoma 8:7-8 ikuchaza kahle ukuvukela kwethu uNkulunkulu okusuka ekujuleni kwethu kanye nokumelana Naye esasiyikona singakasindiswa. Ikuchaza ngalamagama, “Ngokuba ukucabanga komuntu esenyameni kungubutha kuNkulunkulu, lokhu akuwuthobeli umthetho kaNkulunkulu, futhi akusoze kwawuthobela, ngokuba abasabuswa yimvelo abanakumthokozisa uNkulunkulu”. Kodwa kusukela ngesikhathi sisindiswa, siyaphenduka simelane nosathane