The “will of God” is one of the most mystically evasive topics in Christianity, and there is no good reason for it. The “will of God” is clearly explained to us in His Holy Spirit’s revealed Word. The will of God for each one of us is something that we
Ngiyazi ngisindisiwe ngoba…
Ubunjalo bemvelo yensindiso ngokuvamile abucaciswa ngendlela yilabo abangaMakrestu. Ngakho akumangazi ukuthi amakrestu amaningi anokungaqondi okubi kakhulu ngensindiso. Isiqiniseko sethu sensindiso sihambelana nokuqonda kwethu ngensindiso, ngakho ukungayiqondi ngendlela insindiso kulimaza isiqiniseko sethu ngensindiso. Nazi ezinye izinkulumo ezivamisile ukushiwo uma kukhulunywa ngensindiso ezingelona iqiniso, ekumele zigxekwe mayelana nokungaqondi okukhulu labo okuthiwa amakrestu