Dabuka uma ubona inhlupheko yongakholwa

Inhlupheko noma ukweswela yinto elusizi kakhulu. Uma uyazi uyabazi ubuhlungu bento engikhuluma ngayo. Ukungabi nalutho ungazi uzothatha ini uyihlanganise nani kunzima. Ukweswela umsebenzi, ukudla, izembatho, ikhaya nokunye okuniningi okuyizinkinga okuza nayo inhlupheko yinto ehlala kanzima enhlizweni. Uma sifunda iBhayibheli siyathola ukuthi ngisho noNkulunkulu unozwela olukhulu maqondana nabahluphekile. kwiZaga 19:17 siyafunda

The Work of an Exhorter

The work of an exhorter among unbelievers is that of sharing the Gospel (Luke 3:18) and calling them to repentance (Acts 2:40). Among believers, the work of an exhorter is to encourage loyalty to the Lord (Acts 11:23), to prepare the saints for suffering (Acts 14:20), to unite those who