Intokozo yokwazi uJesu

Ayikho intokozo edlula ukwazi uJesu Mina nawe njengaMakrestu mhlawumbe sikhululekile ngolwazi esinalo ngoJesu ngoba liyingxenye yezimpande zesivumo sethu njengaMakrestu. Kubona bonke abantu abangosaziwayo osake wahlangana nabo kulomhlaba, noma mhlawumbe ogcina ngokufisa ukuhlangana nabo, akekho noyedwa obaluleke njengoJesu. NjengaMakrestu siyamazi uJesu. Ukukholwa kwethu kwethiwe ngegama likaJesu elisho umsebenzi wakhe elithi Khristu,