Okubalulekileyo kakhulu….nokubalulekile

Izinto eziningi ezibalulekile ziyadinga ukuba kubhekanwe nazo namhlanje. Izinto eziqondeni nempilo yakho, imigomo kahulumeni, izinqumo kwezezimali, umsebenzi ekumele wenziwe emshadweni, amathuba okuba umzali, nenqwaba yezinye izinto ezibalulekile ekudinga ukuba kubhekanwe nazo namhlanje. Kodwa ngisho nezinto ezibalulekile empilweni azilingani ngokufanayo. Ezinye  ngokusobala zibalulekile ukudlula ezinye. Ngokuswelakala kwezinsiza kungenzeka ukuthi ngisho nezinto

Of First Importance

Many important things need to be addressed today. Important personal matters, government policies, finance decisions, marital responsibilities, parenting opportunities, and a host of other important things need to be addressed today. But even the important things in life are ranked. Some are simply more important than others. With limited resources