KwabaseRoma 12:10 Uthando oluhle kakhulu

Kwesinye isikhathi isilulumagama kolunye ulimi senza  kube nzima ukuhumusha amagama athile uwayise kolunye ulimi. Ngokuqhathanisa amahusho ahlukene okungenzeka ashaye emhloleni, siyakwazi ukuthola isisindo esiphelele salololimi ekususelwe kulo. Lokhu kuyafakazeleka kwincwadi kwabaseRoma 12:10 ehumushwe ngezindlela ezilandelayo kumahumusho ehlukene, ( ngizokwengeza nangawesiNgisi)   Thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane;  kwabaseRoma 12:10 (IsiZulu 1959)

Romans 12:10 An Excellent Love

Sometimes the vocabulary in one language makes it difficult to translate certain words into another language. By comparing different possible translations, we can nonetheless grasp the full significance of the original language. This is evidently the case in Romans 12:10 which is translated the following ways in different translations. Love

Ukuphendla indlela yokwakha ukuthula

Ukwahlukanisa abantu, ukuzibona ungcono ubukele phansi abanye, ukudelela, ukuziqhayisa kakhulu ngenxa yobuwena nezinto zakho, ukuchukuluza, ukwenza ungacabangisisi ngokwenzayo, ukuhlezi uzibona engathi woniwe uze ufune nokuziphindiselela ungenaso nesizathu esicacile , konke lokhu kuyincazelo yabangenabo ubunkulunkulu. Ngokuhlukile, iZaga seTestamente Elisha, abaseRoma 12, zibiza wonke Amakrestu ukuba abe yilabo abaziwa ngokuzwana nokuthula. Lokhu

Paving the Path to Peace

Divisive, arrogant, scornful, conceited, spiteful, thoughtless, vindictive are all descriptions of the ungodly. In contrast, the Proverbs of the New Testament, Romans 12, calls Christians to be those characterised by harmony and peace. This is no clearer stated than in Romans 12:16-18 Live in harmony with one another.Do not be

Kungani singakhonzi ngendlela ewumathanda?

Ukuphendula kwindlela yokukhonza yamaRoma Akhatholika ngeminyaka yama- Dark Ages ( Dark Ages- isikhathi esiyiminyaka ewu-500 ngemuva kokuwa kweRome ngonyaka kaAD 476) , abanye ababengama-Reformer nababa-ngamaReformer banquma ukumisa zonke izinto ezaziyimikhuba yokukhonza iBandla lamaRoma Akhatholika elalizenza, base baqala kabusha besebenzisa iBhayibheli njengomhlahlandlela okhomba ukuthi iyiphi indlela yokukhonza eyamukelekile noma engamukelekile yaMakrestu.

Why Can’t We Worship As We Please?

In reaction to the Roman Catholic worship practises of the Dark Ages, some of the pre-Reformers and Reformers decided to halt all the traditional elements of worship that the Roman Catholic Church had practised, and to start over with the Scriptures alone as the guide to what worship practises are

IHubo ngesixakaxaka sezepolitiki

Isixakaxaka sezePolitiki asithinti kuphela osopolitiki. Wonke umuntu obuswayo uyabuzwa ubuhlungu besixakaxaka sezepolitiki. Ikusasa lawo wonke umuntu libukeka licikizela. Ukwazi ukuthi abaholi ababi basebenzisa izinsiza zezwe ukuthi kuzuze bona qobolwabo bengenandaba nezakhamuzi, lokho kusigcwalisa ngentukuthelo, ukulahlekelwa yithemba, ukungabi nasiqiniseko, ukudangala, kanye nokufisa engathi ungake ubalekele kwenye indawo. UDavide, eyiNkosi uqobo, ngaleyondlela

A Psalm About Political Chaos

Political chaos does not only affect politicians. Everyone under the rule bear the suffering of political chaos. The future of everyone seems bleak. Knowing that evil leaders are using national services to benefit themselves with no care for the average citizen fills us with anger, despair, uncertainly, a sense of

Icebo lezikhathi zezinhlupheko

Icebo elenziwe ngesikhathi selidingeka, liyicebo elenziwa isikhathi sesidlulile. Ukuhlela ngaphambili uhlelela isimo esingenakugwemeka, noma okukancane ukuba senzeke, yinto esiyijwayele kakhulu. Izinkampani zomshwalense ziyavelela kakhulu ngamacebo esiwenzela izingozi okukancane ukuba zenzeke, noma ukufa okuyinto engenakugwemeka. Sinamacebo ezimo eziphuthumayo esiwenzile senzela uma kufika izimo ezifana nobugebengu, inhlekelele evela ngokwemvelo noma izidingo zosizo

A Plan for Suffering

A plan made in time of need is a plan made too late. Planning beforehand for the inevitable, or even for the unlikely, is something we are very familiar with. Insurance companies thrive on the plans we make for the unlikely accident, or the inevitable death. We have emergency plans