IHubo ngesixakaxaka sezepolitiki

Isixakaxaka sezePolitiki asithinti kuphela osopolitiki. Wonke umuntu obuswayo uyabuzwa ubuhlungu besixakaxaka sezepolitiki. Ikusasa lawo wonke umuntu libukeka licikizela. Ukwazi ukuthi abaholi ababi basebenzisa izinsiza zezwe ukuthi kuzuze bona qobolwabo bengenandaba nezakhamuzi, lokho kusigcwalisa ngentukuthelo, ukulahlekelwa yithemba, ukungabi nasiqiniseko, ukudangala, kanye nokufisa engathi ungake ubalekele kwenye indawo. UDavide, eyiNkosi uqobo, ngaleyondlela

A Psalm About Political Chaos

Political chaos does not only affect politicians. Everyone under the rule bear the suffering of political chaos. The future of everyone seems bleak. Knowing that evil leaders are using national services to benefit themselves with no care for the average citizen fills us with anger, despair, uncertainly, a sense of