Okuvamiswe yisono

Kwesinye isikhathi kuzwakala engathi sihlezi silwa nesono futhi akukho la sifika khona. Kodwa kuyimanje vele, ukulwa nesono nokungafinyeleli ndawo kungcono kakhulu kunalokho okwakwenzeka ngaphambi kokuthi uNkulunkulu asisindise. Sidinga ukulokhu siqhubekile silwa nesono ukuze sizoba ngcwele, kodwa lapho impi ibonakala idlonga kakhulu kunobungcwele, ungalahli ithemba, ngoba kusuke kusangcono ngoba sisaqhubeka siyalwa.

The Tendency of Sin

Sometimes it feels like we are forever just fighting sin and getting nowhere. But already, fighting sin and getting nowhere is significantly better than what happened before God saved us. We need to keep fighting sin so we can be holy, but when the fight seems more real than the