Impilo yoBukhrestu impilo yoshintsho. Ngesikhathi lapho uNkulunkulu esisindisa, sashintsha ngokomoya eshesha ngokumangalisayo- saguquka ekubeni ngabafile ngokomoya saba ngabaphilayo ngokomoya ( kwabase-Efesu 2:1-5). Kusuka lapho, sesingabantu abashintshile ( 2 kwabaseKhorinte 5:17), futhi sisohlelweni olungaseyukuphinde luguquke lokwenza ushintsho ( kwabaseFiliphi 2:12-13, kwabaseRoma 12:2). Loluhlelo loshintsho oluqhubekayo ushintsho oluhle lokuguqulwa kwengqondo lapho sikhumula
How to Change Destructive and Sinful Habits
The Christian life is a life of change. When God saved us, we changed spiritually in a most dramatic way—we transformed from spiritual deadness to spiritual life (Ephesians 2:1-5). Since then, we are changed people (2 Cor 5:17), in a permanent process of change (Phil 2:12-13; Rom 12:2). This continual process
Isikhathi lapho isono sikwenza uhlale udangele
Elinye lamaculo ayeculwa endleleni eya kumgubho wonyaka eJerusalema kwakuyiHubo 130. Ungazibuza ukuthi yikuphi ukucula amaculo omgubho okuhlangene nokulahlwa yicala lesono sakho, yilapho la iHubo 130 linikezela impendulo ebalulekile kakhulu. Ngaphambi kokuba ungakwazi ukuza uzokhonza ngentokozo, udinga ukuba ukulahlwa yicala kunembeza lesono sakho kususwe. Kungakho, ngenkathi kulungiselelwa imigubho emihle kwiThempeli, amakholwa
When Your Sin Makes You Depressed
One of the songs sung on the way to the annual feasts in Jerusalem was Psalm 130. You might wonder what festival singing has to do with the guilt over your own sin, and this is where Psalm 130 provides a very important answer. Before you can joyfully come to worship, you need
KwabaseRoma 12:17 Ukungabi neqiniso kokwenza Okuhle
UbuKhrestu bunezinto eziningi kubona. UbuKhrestu “abunal’iqiniso”ngokomqondo omuhle waleligama. Izoni ezifanelwe ukujeziswa ziyakhululwa ngenxa yokushintshaniswa ( 2 kwabaseKhorinte 5:21). UNkulunkulu wenza ukuba ilanga liphumele abangakholwa njengakulaba abakholwayo ( ngokukaMathewu 5:45). Ngisho lapho abantu sebesungula lonke uhlobo lobubi, uNkulunkulu uyaqhubeka enze ukuthi kuvele okuhle kukona konke ( IGenesisi 50:20). UbuKhrestu “abunal’iqiniso”ngokomqondo omuhle
Romans 12:17 The Unfairness of Doing Good
Christianity has an excessive element to it. Christianity is “unfair” in the best sense of the word. Sinners who deserve punishment are delivered because of a substitute 2 Cor 5:21). God makes the sun rise on unbelievers just as on believers (Matt 5:45). Even when mankind invents all kinds of evil,
How Even the Hardest Heart Can Be Softened
It is no secret that throughout history God has saved some of the roughest sinners. There is great hope therefore, for any person’s heart to be softened by God. Be it a difficult child, a stubborn family member, a hardened criminal, an arrogant politician, or any other hard heart, God
Babusisiwe labo abanokukhathezaka okubuhlungu okwaziwayo
Isimemezelo sesibili sesibusiso esivela kuNkulunkulu sibhekiswe kubantu esikwintshumayelo kaJesu edumile ‘INtshumayelo yaseNtabeni’ siqinisekisa ukuthi labo ababhekene nokukhathazeka okubuhlungu okwaziwayo yilabo abazobusiswa ngenduduzo kaNkulunkulu, ukuvuselela kukaNkulunkulu, nomusa kaNkulunkulu oletha ukukhululeka emoyeni. Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa ngokukaMathewu 5:4 Kuyisikhumbuzo, isibonelo, seHubo 32, lapho kuyilowo odangele ngenxa yokulahlwa yicala lesono asenzile wabe esesivuma
Blessed Are Those Who Have Known Distress
The second declaration of blessing from God to man in Jesus’ famous ‘Sermon on the Mount’ affirm that those who have known distress are those who will be blessed with God’s comfort, restoration, and refreshing grace. Blessed are those who mourn, for they shall be comforted Matthew 5:4 It is
Ubuciko bokufunda uMbhalo kwaMakhrestu uze uwazi ngekhanda
“ Sesibadala thina asisenakukwazi ukuyenza lento” yiwona amazwi esengike ngawezwa kaningana aphikisana nenkulumo ethi “ Asifunde uMbhalo othile ndawonye size siwubambe ngekhanda!” Uzokwazi kanjani ukuthi wenzeni ngemicabango yakho lapho ukukhathazeka kukunyonyobela ngesikhathi lapho iBhayibheli lakho lingekho eduzane? Noma ngisho kuthiwa iBhayibheli liseduzane ( njengakwibanga lokuvula uGoogle), yikuphi lapho uzophenqa ubheke