Umngani omkhulu, umngani omubi, umngani ongasamthandi, yenza kabusha ubungani

Kungenzeka nawe ngandlela thize usake wabhekana nesimo esikanje. Wawunomngani. Yebo, wawu, ngoba akasesiye umngani ngokwangempela. Wawu nomngani—mhlambe kwakungumngani omkhulu. Kodwa kwase kubakhona okwenzakalayo. Mhlawumbe kwakuyinto esobala nekhumbulekayo lapho kwaba khona ukunyathelana okukhulu, noma mhlawumbe kwaba yinto eyayingazange yanakeka ekuqalene, kodwa ngokuhamba kwesikhathi yabuphendula ubungani baba muncu. Igama elisizayo ukuchaza ukungazwani

Best Friend, Bad Friend, Hostile Friend, Re-Friend

You can probably relate to some degree. You had a friend. Yes, had, for he is no longer really a friend. You had a friend—a best friend perhaps. But then something went wrong. It might have been a very clear and memorable moment where some great offence was caused, or it might be