God delight in you when…. Ngakho-ke nakuba sisekhaya [kunye neNkosi] noma sehlukene nalo [sisaphila kulomhlaba], siphokophele ukuba ngabathandekayo kuye 2 kwabaseKhorinte5:9 UNkulunkulu wambulile ukuthi amakholwa angaba kanjani yintokozo Kuye. Kwenze umgomo wakho ukujabulisa uNkulunkulu. Nansi Imisebenzi Emine Ethokozisa uNkulunkulu yempilo yakho yonke. Ngokwendlela emiswe ngayo kwiKhathekizimu yaseHieldelberg,Umbuzo: Yini umgomo osabala womzalwane
God Delights in You When …
So whether we are at home [with the Lord] or away [still alive on this world],we make it our aim to please him. 2 Corinthians 5:9 God has revealed how believers can be a pleasure to Him. Make it your aim to delight God. Here are Four God-Delighting Duties for the rest
Ufanelwe ukuba uthandwe
Thou shalt be loved Awunalo ilungelo lokuthandwa. Awuke ukucabange lokhu: Awunalo ilungelo lokuthandwa. Esikhundleni salokho, unomsebenzi wokuthanda. Kuyiqiniso ukuthi uma wonke umuntu engagcina umsebenzi wakhe wokuthanda nawe impela uzothandwa, kodwa umthwalo wokuqinisekisa ukuthi uthando luyakhonjiswa uhlezi uwela kuqobo lwakho. Isono sibi kakhulu, ngendlela yokuthi noma ngubani owone kuNkulunkulu kumfanele ukuba
Thou Shalt Be Loved
You do not have a right to be loved. Think about it: you do not have a right to be loved. Instead, you have a responsibility to love. It is true that if all would fulfil their responsibility to love that you will indeed be loved, but the burden of making sure love is shown always
Okunika isithombe esiphelele seBhayibheli
The Bible’s Big Picture Kuhle ukwazi ukuthi iBhayibheli akusiwona nje umqulu wezisho zikamoya ezithuke zahlanganiswa, kodwa linikeziwe kithina kusetshenziswa izikhathi zempilo yabantu ezithile. Lokhu kusinikeza ukuceba nokufaneleka okujulile kulokho obekungagcina kuyincwadi ekhuluma ngezinto zikamoya ngendlela ethemelezayo. IBhayibheli lonke lingafingqwa ngamavesi amathathu UGenesisi 3:15 Isono sangena emhlabeni, kodwa uNkulunkulu waprofetha “ngenzalo
The Bible’s Big Picture
It is good to know that the Bible is not just a random collection of spiritual sayings, but has been given to us through specific human contexts. This brings a profound richness and relevance to what would otherwise have been a very abstract book on spirituality. The whole Bible can
Uthando lukaNkulunkulu lwabantu bonke
God’s Universal Love UNkulunkulu uluthando, ngakho-ke uNkulunkulu uyalukhombisa uthando Lwakhe kubantu bonke—yebo, ngisho nakulabo abaphika uthando Lwakhe olusindisayo (Makhu 10:21-23). Uthando lukaNkulunkulu lwekhethelo alubhekise kumakholwa luhlukile ngendlela emangalisayo, kodwa uthando Lwakhe kubantu bonke alusilona izeleze. UNkulunkulu ukhombisa uthando kubantu bonke ngokubanika ilanga nsukuzonke kanye nezinkathi zonyaka ngaphandle kokubandlulula ( Mathewu
God’s Universal Love
God is love, and therefore God demonstrates His love to all—yes, even to those who reject His saving love (Mark 10:21-23). God’s special love for believers is extraordinarily unique, but His universal love for all is in no means meaningless. God demonstrates universal love by granting the daily solar cycle and annual
UJesu : UNkulunkulu owambulwe kuBantu
Injabulo kaKhisimusi mhlawumbe iyona into ephezulu kwizinto eziyinjabulo kwikhalenda yaMakhrestu; futhi ngezizathu ezinhle. Kunzima ukuyigeja. Injabulo yindlela yokubingelela kukaElizabethe (Lukha 1:55), yeculo likaMariya (Lukha 1:47), yokudalula umyalezo kwezingelosi (Lukha 2:10), kanye nokufuna kwezazi zasempumalanga (Mathewu 2:10). Jabulani, bazalwane, ngokuzalwa kukaJesu! Hlabelela, memeza, kujabulele! Yiba yiphimbo likaNkulunkulu kulomhlaba elimemezela ngokuzalwa koMsindisi.
Jesus: God Revealed To Man
Christmas cheer is perhaps the peak of Christian calendar joys; and with good reason. It is impossible to miss. Joy is the attitude of Elizabeth’s greeting (Luke 1:55), Mary’s song (Luke 1:47), the angel’s declaration (Luke 2:10), and that of the wise men’s pursuit (Matthew 2:10). Rejoice, all saints, in