Wena noMoya Ongcwele kaNkulunkulu

You and God’s Holy Spirit NjengoMkhrestu, unomgomo wokuphila ngokwendlela kaMoya (Roma 8:12). Lokhu kungenxa yokuba unikezelwe impilo kamoya nguye uMoya Ongcwele (Roma 8:11). KungoJesu noMOya Ongcwele ukuba wena ulungisisiwe wangcweliswa ( 1 Khorinte 6:11; 2 Thesalonika 2;13). Kungakho uyaleliwe ukuba uthathe ‘inkemba kaMoya’, Izwi, ekuzalweni nesono nomoya wobumnyama (Efesu 6:17).

You and God’s Holy Spirit

As a Christian, you are obligated to live according to the Spirit (Rom 8:12). This is because you have been given spiritual life by the Spirit (Rom 8:11). It is through Jesus and the Holy Spirit that you are justified and sanctified (1 Cor 6:11; 2 Thess 2:13). That is why

Ukukhululwa lapho ungaphansi kwengcindezi

Relief during Distress Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami. Ihubo4:1 Angithi lobu wubufakazi nesicelo sekholwa ngalinye? UNkulunkulu wasinikezela ukukhululeka lapho sasingaphansi kwengcindezi, kodwa sisaqhubeka nokuyicela indlebe Yakhe elalelayo nomusa Wakhe onakekelayo. Ngisho ngabe ukuba ngaphansi kwengcindezi kuyinto eqhubekayo, sisathola ukukhululwa okuningi kuNkulunkulu wethu. Usahlukanisele kuQobolwakhe futhi

Relief during Distress

You have given me relief when I was in distressBe gracious to me and hear my prayer. Psalm 4:1 Isn’t that the testimony and plea of every believer? God has given us relief when we were in distress, but we still plead for His listening ear and His gracious care.

NgokobuKhrestu: Ubuthathu bukaNkulunkulu (ngamagama angaphansi kwekhulu)

Christianese: Trinity (Under 100 words) Umbhalo ufundisa ukuthi munye kuphela uNkulunkulu weqiniso nokuthi loNkulunkulu munye—UNkulunkulu akanazo izimo ezihlukahlukene zokubukeka noma zonkulunkulu (IDutheronomi 6:4) Kodwa , UNkulunkulu akekho ngayedwana kodwa munye ngokomqondo wobuningi. Kusukela emaphakadeni uNkulunkulu ekhona eziqu zintathu, amagama azo, UNkulunkulu uBaba (Mathewu 6:9), UNkulunkulu Indodana ( uJesu Khristu)(Kholose 2:9),

Christianese: Trinity (Under 100 Words)

Scripture teaches that there is only one true God and that this God is One—God does not exist in many different forms or deities (Deut 6:4). However, God is not alone but exists in a plurality (Gen 1:26). God eternally exists in three different persons namely, God the Father (Matt

Osaziwayo bafakaza ngoNkulunkulu

VIP Witnesses to God Iningi lethu alisoze lathiwa amaVIP (osaziwayo) ngokokukhuluma kwasezweni. Kunalokho siyawalandela kwizinkundla zokuxhumana, emabhukwini, nakwizinkundla lapho kuhletshwa khona. Yize noma uNkulunkulu ngokuvamile ekhatha laba abaphansi empilweni ukuba babe ngofakazi kubunjalo Bakhe nemisebenzi Yakhe (1 kwabaseKhorinte 1:26-28), Yena kwezinye izikhathi uzambulile ngendlela ecace bha kwamanye amaVIP. Ngesikhathi kwenzeka

VIP Witnesses to God

Most of us would never be considered a Very Important Person (VIP) in this world’s terms. Instead we follow them on social media, in magazines, and through informal gossip channels. Although God predominately chooses the lowly in life to be witnesses to His nature and His works (1 Cor 1:26-28),

Funa Ukuqonda

Seek Understanding Kwinnkulumo lapho kuphikisanwa khona, umehluko phakathi kwenkulumo ehamba kahle nokulwa, ngokuvamile uba sekutheni labo abayingxenye yayo ngokwezinga lokucabanga basuka kanjani phakathi “kolwazi” no “kuqonda”. Umuntu ohlakaniphile uzohlezi ebeka ukuqonda ngaphambi kolwazi, ebuka ukuqonda njengokhiye wokufinyelela olwazini. Akacabangi nje kuphela ngalokho aswekwazi vele nasekuqonda, kodwa ngengxoxo ecabangisisiwe uzofinyelela ekuqondeni

Seek Understanding

In disagreements, the difference between a smooth flowing conversation and a fight, often comes down to how each of the participants subconsciously move between “knowledge” and “understanding”. A wise man will always place understanding before knowledge, viewing understanding as the key to knowledge. He is not only concerned about what