Icebo leviki neviki lokubangcwele-ULwesihlanu

A Weekly Plan for Godliness – Friday

nokho zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu, ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo.

1KuThimothewu4:7b-8

NgoLwesihlanu: KHULEKA ISIKHASHANA ESIDE

Umuntu kumele akhuleke nsuku zonke, ngendlela yokuthi abe nesijwayezi esiyalelwe ngaso esithi “..khulekani ningaphezi” (KwabaseRoma 12:12). Kodwa namhlanje yithi ukulula emkhulekweni wakho.

  1. Khuleka ngendlela ojwayele ukwenza ngayo. Bese,…
  2. Khetha Ihubongesikhathi uhambisa amehlo akho kulelelo Hubo, khetha lokho okuthize kulona leloHubo okubalulekile nokuqondene nempilo yakho manje. Faka lezozinto emkhulekweni wakho.
  3. Njengoba sekunguLwesihlanu, khulekela umfundisi wakho s maqondana namalungiselelo entshumayelo yakhe yangesonto, ngokungangabazi asephakathi nayo.
  4. Thumela umyalezo kumngani and bese ubuza ukuth ikuyini ongabakhulekela kona ngalolosuku, bese uyakukhulekela lokho.
Scroll to Top