Munye umyalelo oyisisekelo sokusebenzisa umzimba
Amaqiniso amabili esesikhulume ngawo ekumele siwazi ngemizimba yethu azosisiza siphunyule noma singangeni ogibeni lokunikela imizimba yethu budedengu ocansini yilawa: “Umzimba…
Amaqiniso amabili esesikhulume ngawo ekumele siwazi ngemizimba yethu azosisiza siphunyule noma singangeni ogibeni lokunikela imizimba yethu budedengu ocansini yilawa: “Umzimba…
“Umzimba wami, ilungelo lami” isiqubulo lesi esenza umonakalo omkhulu kunokuba sikhuthaze ukulunga. Ziningi izinhlangano emhlabeni wonke ezikhuthaza abantu ngalesisiqubulo ngenhloso
Ucansi into enhle uNkulunkulu ayenzele ukuba ithokozelwe ngowesilisa nowesifazane emshadweni, ngaleyondlela nokuba khona kwabantwana kuyingxenye yabo lobubuhle. Kodwa ukusentshenziswa komzimba
Kulokhu kuphila kunezinto eziphakeme kakhulu kunengqondo yomuntu. Okungeke kwabakhona namunye kubantu bonke ongakwazi ukuchaza ukuthi zenzeka kanjani(UMshumayeli 3:11). Kodwa uma
Siphila esikhathini lapho impakamo nengcebo kuyikona osekunikezela incazelo “yempilo enhle”. Kodwa, iZaga 16:18 ziyaqinisekisa ukuthi impakamo ayimholeli umuntu kwimpilo engcono,
Inhlupheko noma ukweswela yinto elusizi kakhulu. Uma uyazi uyabazi ubuhlungu bento engikhuluma ngayo. Ukungabi nalutho ungazi uzothatha ini uyihlanganise nani
Kunento exaka abantu abangakholwa, idide nakulabo abakholwayo. Ukuthi kwenzeka kanjani abantu abakhonza uJesu baxakeke, kodwa bona bengalubhadi ngisho nasesontweni uNkulunkulu
Ziningi izindlela izinkolo ezahlukene ezikhuluma ngayo ngoJesu. Ezinye ziyasho zithi ungumprofethi, kodwa njengabaprofethi bazo, ezinye ziyavuma ukuthi uNkulunkulu kodwa besezithi
Sesiyazi ukuthi kukhulunywa ngeqiniso lezindlela zikaNkulunkulu ezisekele kuJesu kuphela. Umbuzo osusele, yikuphi lapho likhululana khona leliqiniso? Iyiphi lenkululeko? Kwincwadi kaJohane
Sikhulumile ngokuhluka kwaleliqiniso. Osekubalulekile ukwazi ukuthi, Yiliphi leliqiniso? Ngoba sesibonile ukuthi akusiwona wonke amaqiniso uJesu ayekhuluma ngawo. Futhi akusiyena wonke