Yehlisa ukukhalaza, dumisa kakhulu
Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu. Ngokuba Yena usuthise umphefumulo olangazelelayo, nenhliziyo elambileyo wayigcwalisa ngokuhle. Amahubo 107:8-9 Ukube…
Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu. Ngokuba Yena usuthise umphefumulo olangazelelayo, nenhliziyo elambileyo wayigcwalisa ngokuhle. Amahubo 107:8-9 Ukube…
Amadoda nabesifazane abanesibindi bangabantu abahlonipha uhlu oluthile lwezinto ezibalulekile futhi abaphila ngeqoqo lemigomo ethize eshiwo ngokucacile. Amavaka azazisa wona kuphela
Baningi kakhulu abantu emlandweni uwonke ababe negalelo elihle empilweni nasezimpilweni zabantu. Okungenxa yabo kubekhona ushintsho ezimpilweni zabanye abantu. Ngokunjalo nasemakhaya
Kwincwadi ngokukaJohane 8:2-11 uJesu usho lamazwi “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.” Ngokujwayelekile Amakrestu, noma-ke labo abazibiza ngaMakrestu bayathanda
Kusukela evesini elifishane ngaloludaba (ekaJakobe4:7), kuya emigomweni yonke esingayilandela ngempi kamoya (Efesu 6), iBhayibheli lisinikeza konke okufanele sikwazi ngamandla obumnyama
Uma umuntu esedlulile emhlabeni akasenasabelo kulokho okwenzeka ngaphansi komthunzi welanga (Umshumayeli 9:5-6). Okwesibili, uma umuntu esedlulile emhlabeni, akazilawuli lapho ekhona,
Sifundile ngokuthi asebedlulile abaseyiyo ingxenye yakho konke okwenzeka ngaphansi komthunzi welanga. “abasenaso isabelo nanini kukho konke okwenziwa phansi komthunzi welanga…”.
Isikhathi esiningi inkulumo “izinto zami noma zakhe” imataniswa noma kusuke kushiwo ubudlelwano bomuntu nobe”dlozi” lakhe, (noma umuntu wakubo osedlulile empilweni
Kunenkulumo eyinkinga kakhulu, esusa ngisho nomsindo uma ike yaphathwa. Lenkulumo seyenze ukuthi abantu abangakholwa bazonde abantu abaziwa njengokuthi “osindisiwe”. Ngenxa
Alukho uhlobo lwesono uNkulunkulu angaluzondi. Ukusebenzisa imizimba yethu ngokungafanele akusali ngaphandle. Akazondi kuphela isono, kodwa nezoni uqobo lwazo (Amahubo 5:5)